Kuphele amahlathi kowabulala

2013-01-28 16:42

Durban - Inhlanzi ishelwe ngamanzi endodeni yaseThekwini eneminyaka engu-50 ubudala, ekuthiwa yabulala intombi yayo eminyakeni emine eyedlule, kusho amaphoyisa ngoMsombuluko.

Indoda lena iboshwe iseSydenham, ngeSonto, ngemuva kweminyaka emine ibaleka, kusho uCaptain Thulani Zwane.

UBrenda Pillay, 38, waxabana nesoka lakhe mhlaka-13 Ephreli, ngesikhathi esefulethini lakhe kuBrickfield Road, eThekwini.

Umsolwa lona kuthiwa wabe engafuni ukuhlukana nentombi eyabe isiqeda ubudlelwano.

"Udadewabo kamufi owabe ekhona ngesikhathi kuqala ingxabo, waphuma endlini eyofuna usizo, kwathi uma ebuya wathola udadewabo eseshonile," kusho uZwane.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone umuntu engozini eKZN

2014-12-22 18:06
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-29°C a few showers. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 15-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 17-29°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 18-32°C Tstorms late. Morning clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...