Kuphangwe abebeyokhipha imali ebhange

2013-02-07 07:42

Johannesburg - Kuboshwe indoda e-Alexandra kulandela ukuthi abesifazane ababili behlaselwe bagetshengwa u-R6 000, kusho amaphoyisa kaMasipala waseGoli.

UChief Superintendent Wayne Minnaar uthe laba besifazane bathathe itekisi ngemuva kokuyokhipha imali ebhange.

“Le tekisi ibe isilandelwa yimoto yohlobo lweToyota Corolla ihamba abasolwa abathathu. Bathe behla laba besifazane, omunye wabasolwa wahlwitha isikhwama ebesinemali," esho.

Kube sekwaziswa amaphoyisa nakwazile ukubopha umsolwa oyedwa.

“Amaphoyisa athole isibhamu esingekho emthethweni, kanti kusathungathwa abanye abasolwa ababili abakwazile ukubaleka nemali," esho.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C High level clouds. Cool. Pta: 2-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -2-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 8-22°C Sunny. Mild. PE: 13-17°C a few showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...