Kuphakanyiswe amagama obuholi be-ANC

2012-12-17 15:03

Bloemfontein - UMengameli Jacob Zuma nesekela lakhe uKgalema Motlanthe baqokelwe kwesokuba ngumengameli we-ANC, kusho ikhomishana yokhetho eqenjini ngoMsombuluko.

UMathews Phosa, Cyril Ramaphosa noTokyo Sexwale baphakanyiselwe kwesesekela likamengameli.

USihlalo weqembu uBaleka Mbete neSekela likaMengameli uMotlanthe bahoxile kulesi sikhundla.

Abaqokiwe yilaba:

Sihlalo: Baleka Mbete noThandi Modise;

Nobhala Jikelele: Gwede Mantashe noFikile Mbalula;

ISekela likaNobhala Jikelele: Jessie Duarte. Ngeke sivotelwe lesi sikhundla.

Mgcinimafa: Paul Mashatile noZweli Mkhize

Kuzovotwa ekusithekeni kanti amaselula awavumelekile kulezo zithunywa ezizobe zivota.

Amavoti azobalwa ngesandla.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 14-28°C Showery. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 10-21°C Passing showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 6-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-25°C Passing showers. More sun than clouds. Mild. PE: 13-15°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...