Kuphahlazeke indiza yamaphoyisa ePitoli

2011-01-21 10:29

Johannesburg - Amaphoyisa kuzwelonke athi kuphahlazeke indiza enophephela emhlane yamaphoyisa esiqiwini eCapital Park, ePitoli ngoLwesihlanu.

Owamaphoyisa uBrigadier Sally de Beer, obesendleleni eya endaweni yesehlakalo uthi akushonanga muntu.

"Le ndiza ibinabantu ababili kuphela, kubalwa nomshayeli."

Imininingwane engcwele izolandela kungekudala.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Showery. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Heavy rain. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...