Kunesidingo sokuthi kudedelwe iziboshwa

2012-04-30 16:32

Johannesburg - Kunesidingo esibaluklekile sokuthi kunikezwe ushwele ezinye zeziboshwa, kusho usotswebhu weqembu elibusayo uMathole Motshekga, ngoMsombuluko.

"Leligxathu lizosiza ukulwisana nokugcwala ngokweqile emajele kubonakale nezithelo zezinhlelo zokuhlumeleliswa kwezimilo zeziboshwa emajele," kusho uMotshekga.

"Siphakamisa ukuth ibonke abazothhola ushwele balisebnzise ngendlela leli thuba babe ngamalungu angcino emiphakathini."

NgoLwesihlanu uMengameli uJacob Zuma wamemezela ukuthi kuneziboshwa ezizothoola ushwele.

Umbiko uthi iziboshwa ezihlanganisa lowo owabe enguKhomishana wamaPhoyisa uJackie Selebi kanjalo nomeluleki wezimali kaZuma uSchabir Shaik, nabo bazothola ushwele.

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uNathi Mthethwa uthi zingaphezu kuka-35 000 iziboshwa ezingase zinikezwe ushwele.

Iziboshwa ezigwetshelwe amacala ahlanganisa awokuhlukumeza ngokocansi, awezidakamizwa, awokutholakala nezibhamu kanjalo nabeqa ejele ngeke bawuthole ushwele.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Decreasing cloudiness. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Heavy rain. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. Broken clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-18°C Numerous showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...