Kumiswe isikhulu sesibhedlela

2015-01-08 09:32

Johannesburg – Kumiswe isikhulu esiphezulu eMatlala hospital eMarblehall, uDr Tseke Tladi, kusho uMnyango wezeMpilo eLimpopo ngoLwesithathu.

"uMnyango, ngemuva kokuhlola isimo esibhedlela iMatlaba, ukubone kufanele ukuba uthathe izinyathelo ezifanele ukuze kubonakale umehluko,” kusho okhulumela uMnyango uMacks Lesufi esitatimendeni.

Funda nalolu daba: Kuphenywa ngezibekwe inhloko yoMnyango eKZN.

"Izinyathelo ezithathiwe zihlanganisa ukumisa isikhulu sesibhedlela ngokushesha njengoba kusaqhutshwa uphenyo.”

ULesufi akazange enabe ngemininingwane ngokumiswa kukaTladi, njengoba uphenyo lusaqhubeka.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Haze. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...