Kumiswe isikhulu e-Addington

2012-07-17 12:02

Durban - Imenenja yamanesi esibhedlela i-Addington eThekwini u-Asotha Chinniah umisiwe emsebenzini kuze kube kuphothulwa uphenyo ngezinsolo abekwe zona, okuyizinsolo zokungaphathi ngendlela, kubika iThe Mercury.

Ukumiswa kwakhe kuza ngemuva kokuthi uMnyango wezeMpilo esifundazweni waqoka ithimba ukuthi liphenye ngezinkinga ezikhungethe isibhedlela ekuthiwa zidalwa abaphathi abasezikhundleni.

UMnyango awuchazanga kabanzi ngokumiswa kukaChinniah, ukhona oseqokiwe ukuthi angene esikhundleni sikaChinniah njengoba emisiwe.

USihlalo wekomidi lezempilo esifundazweni uLydia Johnson uthe akakaziswa ngokumiswa kwalesi sikhulu.

“Ukumiswa kwakhe kuhlangene nesibhedlela hhayi nekomidi lezempilo."


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C High level clouds. Mild. Pta: 13-30°C Showers late. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 9-24°C High level clouds. Mild. Bloem: 5-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 16-20°C More clouds than sun. Cool. PE: 11-19°C Broken clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...