Kumisiwe ukuvalwa kwezikole eW Cape

2012-12-21 12:41

Cape Town - Siphasisiwe isicelo esiphuthumayo eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape esiphikisa ukuthi kuvalwe izikole ezingu-18 kulesiya sifundazwe ngezizathu ezahlukile.

IJaji Siraj Desai wale nkantolo uthe izizathu zalesi sinqumo zizolandela ngokuhamba kwesikhathi.

Izikole, izigungu ezongamele izikole neSA Democratic Teachers' Union bafake lesi sicelo kulandela ukuthi uNgqongqoshe wezeMfundo uDonald Grant nokazwelonke u-Angie Motshekga bethe lezi zikole kumele zivalwe thaqa ngoDisemba 31.

UGrant ukhala ngokuthi bancane abafundi kwezinye izikole kanti ezinye azenzi kahle.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-17°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: 2-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-24°C Sunny. Mild. PE: 9-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...