Kuminze umfana obedoba noyise

2012-09-25 07:24

Johannesburg - Kugwilize umfana, 6, kwathi uyise wahlengwa ogwini olusentshonalanga, ngaseVredenburg, kusho iNational Sea Rescue Institute (NSRI).

“Abazibonele bathi le ngane ibinoyise emanzini ngesikebhe ngesikhathi beshayeka emadwaleni," kusho okhulumela iNSRI uCraig Lambinon esitatimendeni.

Ngokombiko, le ngane noyise bebedoba ngalesikhathi kwehla le nhlekelele.

Umfana utholakale eseshonile, kwathi ubaba wakhe waphuthunyiswa esibhedlela esesimweni esibucayi.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-27°C Sunny. Warm. PE: 10-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...