Kuminze umfana eWestern Cape

2013-01-18 07:41

Johannesburg - Isidumbu somfana, 10, ominze eMelkbaai Beach, eStrand, eWestern Cape, sigcine sitholakele, kusho abeNational Sea Rescue Institute.

"Amaphoyisa angabatshuzi yiwo athole lesi sidumbu ngaphansi kwamanzi," kusho okhulumela lesi sikhungo uCraig Lambinon esitatimendeni.

Lo mfana ubikwe ukuthi ulahlekile ngumshana wakhe, 13, ngoLwesine ntambama.

Umshana uzamile ukuhlenga lo mfana kepha kwazinhlanga zimuka nomoya.

Umndeni wengane uthola ukwelashelwa ukwethuka.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Mostly sunny. Cool. Pta: 17-30°C Showers early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 5-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-19°C Showery. More clouds than sun. Cool. PE: 13-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...