Kuminze izelamani ePitoli

2012-12-06 14:02

Johannesburg - Kugwilize izelamini ngesikhathi zibhukuda edamini eHercules, ePitoli, kusho amaphoyisa aseGauteng ngoLwesine.

UCaptain Bonginkosi Msimango uthe intombazane, 6, nomfana, 3, bebesendleleni eya ka-anti wabo ngesikhathi benquma ukubhukuda edamini ngoLwesithathu ntambama.

Ingane yesithathu, nokungumzala wabo, obebhukuda nabo, ukwazile ukuphuma emanzini wahlaba umkhosi ngesikhathi ebabona behlangabezana nobunzima emanzini.

Abezimo eziphuthumayo bafike bathola lezi zingane sezishonile.



 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-18°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 16-28°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-29°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-24°C Scattered showers. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...