Kuminze indoda eJeffreys Bay

2013-01-14 08:07

Johannesburg - Kuminze owesilisa eJeffreys Bay, ngemuva kokumbozwa yigagasi ngempelasonto, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngoMsombuluko.

Okhulumela amaphoyisa uGerda Swart uthe abangani abebebhukuda noFrans Gerber, 47, waseJoubertina e-Eastern Cape bazame kwazihlanga zimuka nomoya ukumhlenga.

"Kuthiwa uzunywe yigagasi nelibe selimboza," kusho uSwart esitatimendeni.

Ngokombiko weNational Sea Rescue Institute, abebekhona endaweni yesehlakalo bazamile ukumsindisa uGerber, kodwa abezimo eziphuthumayo bathi usendele koyisemkhulu.

Umndeni wakhe, nawo obusolwandle, uthole ukwelashewa ukwethuka.


  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 1-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 0-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -1-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-19°C Afternoon clouds. Cool. PE: 10-16°C Showers early. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...