Kumele sibhekane nezinkinga ze-ANCYL - Zuma

2012-12-21 14:44

Bloemfontein – Sekuyisikhathi sokuba i-ANC ilungise izindaba ezithinta ophiko lwayo lwentsha, kusho uMengameli uJacob Zuma ngoLwesihlanu.

"Amalungu kaKhongolose aweneme ngendlela uphiko lwentsha obeluziphethe ngayo,” kusho uZuma esidlweni sasekuseni esehlelwe yiThe New Age eBloemfontein.

"Sizobhekana nentsha,” usho kanje.

Udaba lophiko lwetsha ludingidiwe engqungqutheleni yeqembu.

Kuthathwe isinqumo sokuthi ubuholi obusha obukhethiwe buzobhekana nalolu daba.

Lolu phiko alinaye umengameli okwamanje. Liholwa yiphini likamengameli walo uRonald Lamola.

Ebuzwa ukuthi ngabe i-ANC iyenzele phansi i-ANCYL, uZuma uthe “cha, nakancane”.

"Abazali [ANC] abasoze badlala ngezingane zabo [ANCYL]."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 18-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-24°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C Sprinkles late. More clouds than sun. Mild. PE: 15-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...