Kumbedele uthisha obhalise izingane indatshana

2012-12-11 07:48

Bordeaux - Uthisha waseFrance umisiwe emsebenzini kulandela izinsolo ezithi uyalele abafundi ukuthi babhale indatshana, bezicabanga benomuzwa wokufuna ukuzibulala.

Lo thisha wasesikoleni samabanga aphakeme iMontmoreau-Saint-Cybard Secondary School, uzolazi maduzane ikusasa lakhe.

Kuthiwa utshele abafundi abaneminyaka ephakathi kuka-13 no-14 ubudala wathi ababhale indatshana.

Umbiko wephephandaba uthi abafundi batshelwe ukuthi abazicabange beneminyaka engu-18 ubudala befuna ukuqeda ngezimpilo zabo.

"Cabanga ubhale ujule ngezigameko eziholele ekutheni uthathe lesi sinqumo.

Uthisha umiswe ngemuva kwezinkonondo ezivele kubazali.

"Okulandelayo uzobatshela ukuthi ababhale ukuthi bazizwa kanjani uma bedubula ngesibhamu," kukhalaza omunye wabazali.
 





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Umbiko oshaqisayo ngekhaya labadala

Emizuzwini eyi-28 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 16-27°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-21°C a few showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 13-28°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 14-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...