Kumanaphanapha umgwaqo yigazi eFree State

2013-02-04 12:01

Bloemfontein - Izakhamuzi zaseZastron eFree State zithi sezikhathele "yimifula yegazi", eliphuma emapayipini adalelwe ukuhambisa indle endaweni.

Abantu bendawo bathi amapayipi amfimfa igazi, bese ligcina ligezela emigwaqeni, kusho umbiko weVolksblad.

Phezu kwemibiko eminingi ehanjiswe kuMasipala wendawo iMohokare, izakhamuzi zithi akukho okwenziwayo ukubhekana nale nkinga.

Usomabhizinisi okhona endaweni uJohannes Pienaar uthi lokhu sekuqhubeke izinyanga eziyisithupha, uthi kuphazamisa umsebenzi.

“Igazi ligeleza phambi kwebhizinisi lami, ayibekezeleleki lento. Abasebeni bakaMasipala bafka kodwa bangenza lutho."

Okhulumela umasipala uThabo Panyane uthi lokhu kudalwa yizilaha ezimbili ezilahla udoti wazo emapayipini kamasipala.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Mostly sunny. Cool. Pta: 18-30°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-26°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-26°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 16-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...