Kulimale abathathu kudutshulwa eMall eKapa

2012-10-26 09:19

Cape Town - Abantu abathathu badutshulwe balimala esehlakalweni sokubamba inkunzi enxanxatheleni yezitolo iN1 City Mall, eKapa, kusho umbiko wephephandaba Cape Times ngoLwesihlanu.

Umbiko uthi unodagada ungene ngaphakathi elande imali, kuthiwa ube esehlaselwa ngamadoda amabili akade ehlome ngezibhamu.

Umsebenzi obonile kwenzeka isehlakalo uthe omunye kulaba, udubule unogada onyaweni, nokho uthe ukwazile ukuphindisela.

"Angimazi ukuthi usikhiphe kanjani isibhamu, kodwa yena usikhiphle, ube esedubula umsolwa oyedwa amahlandla amathathu esifubeni," kusho lo msebensi ongathandanga ukudaluwa.

Kudubuleke nomunye umuntu oyedwa obesendaweni yesehlakalo, umphangi oyedwa ukwazile ukubaleka nebhokisi lemali.

Odubulekile uqashwe ngamaphoyisa esibhedlela.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone isikhulu sikahulumeni eN West

Emizuzwini eyi-34 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. More sun than clouds. Warm. Bloem: 14-27°C Showers late. Broken clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Showers late. Mostly cloudy. Mild. PE: 15-19°C Showers early. Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...