Kulimale 42 engozini yeloli

2012-06-06 14:43
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Abantu abangu-42 abasebenza epulazini balimalile ngesikhathi bewa besuka phezulu elolini ebelibathwele beya emsebenzini eBethlehem, kusho abosizo lokuqala ngoLwesithathu.

Okhulumela abakwa-ER24 u-Andre Visser uthi abasebenzi bebethwele ngeloli elivuleke emaceleni ngesikhathi kwenzeka ingozi bewa belimala.

UVisser uthi abasebenzi abangu-11 bathole imihuzuko kwathi abangu-31 bathola amanxeba amambi.

Imbangela yengozi ayikazeki okwamanje.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 16-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...