Kulimale 4 engozini ye-ambulensi

2013-01-02 09:00
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Bangeniswe esibhedlela abantu abane abakade behamba nge-ambulensi, ngesikhathi kwenzeka ingozi bephuthumisa isiguli.

Umnyango wezeMpilo e-Eastern Cape uthi bonke abalimele bangeniswe esibhedlela iLady Frere.

Umshayeli we-ambulensi, umelekeleli wakhe, isihlobo sesiguli kanye naso, bonke bathole ukulimala,” kusho okhulumela uMnyango uSizwe Kupelo.

UKupelo uthe akukacaci kahle ukuthi kube yini imbangela yengozi.
 


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 18-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...