Kulimale 30 engozini eBloem

2013-01-07 11:02

Bloemfontein - Abantu abangu-30 abahlanganisa nezingane ezintathu balimele ngesikhathi kwenzeka ingozi ehlanganisa amatekisi amabili emgwaqeni ongu-N6, phakathi kweBloemfontein neSmithfield, kusho bakwa-ER24.

Okhulumela abakwa-ER24 uVanessa Jackson uthi amatekisi amabili ashayisane ngezithuba zawo-04:30, kusemnyama emgwaqeni.

Ukulungiswa komgwaqo nakho kuthiwa kube nomthelela ekwenzekeni kwengozi.

“Abahambisi bosizo lokuqala bafike endaweni yesehlakalo bafica amatekisi amabili elele amankeyane. Abantu bebesakazeke emgwaqeni, abane kubo bebelimele kambi," kusho uJackson.

Abantu abadala abangu-27 nezingane ezintathu bathole ukwelashwa endaweni yesehlakalo base bephuthunyiswa esibhedlela.



 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 18-24°C Scattered showers. More clouds than sun. Mild.
Jhb: 15-20°C Passing showers. Broken clouds. Mild. Bloem: 15-19°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 20-21°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 18-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...