Kulimale 2 engozini yomgwaqo eKZN

2011-06-02 10:50

Johannesburg  - Abezimo eziphuthumayo zakwa-ER24 bathi kulimale kabi umshayeli wesithuthuthu nomuntu obehamba ngezinyawo ngesikhathi eshayiswa yilesi sithuthuthu eMhlanga ngoLwesine.

"Lesi sithuthuthu besihamba kuM41 sibheke ePhoenix namhlanje ekuseni ngesikhathi sishayisa umuntu obegijima eceleni komgwaqo," kusho uDerrick Banks.

Umshayeli wesithuthuthu uphuthunyiswe esibhedlela iSt Augustine kwathi lo obehamba ngezinyawo wayiswa e-Addington Hospital.

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Sunny. Mild. Pta: 19-28°C Scattered showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 17-26°C Scattered showers. Morning clouds. Warm. Bloem: 17-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 23-29°C Breaks of sun late. Warm. PE: 18-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...