Kukhunjulwe olwaseMarikana

2012-12-25 10:01

Johannesburg - UNdunankulu waseNorth West uThandi Modise ukhumbule isibhicongo saseMarikana ngesikhathi edlulisa umyalezo wakhe kaKhisimusi ngoMsombuluko.

"Sithanda ukudlulisa ukubonga kwethu kubaholi bamabandla abangaphansi kweSouth African Council of Churches nabendabuko ngokudlala indima ebonakalayo ngesikhathi kunezingxoxo zamaholo embonini yezimayini," esho.

Amaphoyisa adubula abulala abavukuzi abangu-34 ngo-Agasti 16 ngemuva kokuqubuka kothuthuva ngesikhathi kunesiteleka emayini yakwaLonmin, eMarikana.

"Izinselelo esihlangabezane nazo kulo nyaka zisifundise okuningi zasiqwashisa nangokungalingani okukhona."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-26°C Heavy rain late. More clouds than sun. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...