Kukhulile ukwebiwa kwemfuyo

2012-11-28 16:20

Pretoria - Ziyanda izehlakalo zokwebiwa kwemfuyo eziqhubeka emingceleni yaseNingizimu Afrika, kusho abeSA National Defence Force, ngoLwesithathu.

Isikhulu ophikweni lwabaphenyi uLieutenant General Derrick Mgwebi usho kanjena ekhuluma nabezindaba ePitoli, echaza ngomsebenzi amasosha ayingxenye yawo.

"Uma ubheka imingcele ibanzi kakhulu...angeke amasosha ahamba ngezinyawo akwazi ukugada lezi zindawo ngempumelelo,” kusho uMgwebi.

UMgwebi uphinde wacacisa ngempumelelo yamasosha ekugadeni imingcele.

INingizimu Afrika iyingxenye yamasosha ajutshwe yi-United Nations eSudan naseDemocratic Republic of Congo, amanye amasosha ajutshwe eKruger National Park, ukukhalima umkhuba wokuzingelwa kobhejane.
 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool. Pta: 13-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 8-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 17-36°C Sprinkles late. More sun than clouds. Hot. PE: 15-21°C Showers early. Partly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...