Kuhlaselwe umndeni e-E Cape
2013-01-08 13:01
Johannesburg - Kuhlaselwe ngezibhamu umndeni waseKayser's Beach, ngase-East London, kwashaqwa imali, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.
"Umndeni lona ubulele ngesikhathi amadoda amathathu angaziwa engena emkhukhwini efuna ngo dli imali,” kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Stephen Marais.
Izigilamkhuba zikhale zemuka nesamba semali engaziwa kanye nobucwebe, lesi sehlakalo senzeke kuqeda ukushaya ihora lesithupha ekuseni.
– "Like" ikhasi lethu
ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela Izindaba News24 kuTwitter
(@IzindabaNews24).