Kuhamba kahle ngoMandela - Maharaj

2012-12-28 12:32

Johannesburg - Lowo owaba ngumengameli wokuqala wentando yeningi uNelson Mandela uzoqhubeka nokulashelwa ekhaya lakhe eHoughton, kusho iHhovisi likaMengameli ngoLwesihlanu.

"Ngicabanga ukuthi konke kuhamba kahle," kusho uMac Maharaj, enezezela ngokuthi odokotela bazomazisa uma kukhona okushintshayo.

UMandela ulashelwa ekhaya kusukela akhishwa esibhedlela ngoLwesithathu.


Wangeniswa esibhedlela esisePitoli ngoDisemba 8, esuka eQunu, e-Eastern Cape.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. Pta: 4-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-12°C Sunny. Cool. Bloem: 3-12°C More sun than clouds. Cool.
Dbn: 10-20°C Sunny. Cool. PE: 11-18°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...