Kugxekwe ukushiswa kwemoto yentatheli

2013-01-11 07:29

Johannesburg - AbakwaSA National Editors' Forum sebekugxekile ukuhlaselwa kwentatheli okwenziwe ngabasenzi basemapulazini abasesitelekeni samaholo eWestern Cape.

Ngesikhathi kuqhubeka isiteleka ngoLwesithathu, ababhikishi bahlasela bashisa imoto kaXolani Koyana, oyintatheli yeCape Times.

Akulimalanga muntu kulesi sehlakalo.

"ISanef ikugxeka kakhulu ukuhlaswelwa kwentatheli ngesikhathi kuqhubeka isiteleka esingagunyaziwe eDe Doorns, eWestern Cape," kusho isitatimende senhlangano.

"Ngaphandle nje kokubekwa kwempilo yabezindaba engcupheni, ukuhlasela kukhubaza umsebenzi. Lokhu kuvimba abezindaba ekutheni babike ngendlela izinkinga abasebenzi ababhekene nazo nangezinkinga zomphakathi wonkana.”
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...