Kugxekwa isiphakamiso nge-Addington

2013-01-18 14:07

Durban - Isiphakamiso sokuthi kuvalwe okwesikhashana isibhedlela saseThekwini i-Addington Hospital, sekuthole ukugxekwa ngusoseshini wezempilo iSouth African Medical Association (Sama), kubika iThe Mercury.

Umengameli weSama uDokotela Mzukisi Grootboom uphendule isimemezelo seNhloko yoMnyango uSibongile Zungu wathi umqondo wokuthi kuvalwe isibhedlela awucatshangisiswanga kahle.

“Angeke uMnyango uvale isikhungo esiwusizo kangaka, uma sivala baningi abantu abazohlukumezeka. Iziguli kumele ukuthi zithole ukunakekelwa."

UGrootboon uthi bengusoseshini basazohlangana noZungu kudingidwe ngalolu daba.

UZungu uveze ukuthi uMnyango uzokhuluma namalungu omphakathi, ngenhloso yokuthola izimvo zawo mayelana nokuvalwa kwe-Addington, ekubhekeke ukuthi lungiswe.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Tstorms late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-24°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...