Kugwilise umfana, 2, eThekwini

2011-12-29 13:41

Johannesburg - Kugwilize umfanyana, 2, ku-swimming pool eManzimtoti, eThekwini, kusho abezimo eziphuthumayo ngoLwesine.

Okhulumela iNetcare 911 uJeffrey Wicks uthe isihlobo sale ngane sizamile ukuyisiza kwaze kwafika abezimo eziphuthumayo, kodwa kwazinhlanga zimuka nomoya.

Ibe isishonela endaweni yesehlakalo.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 13-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 0-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-19°C a few showers. Partly cloudy. Cool. PE: 13-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...