Kugwetshwe umdlwenguli eMpangeni

2012-11-06 08:31
Yabelani Shicilela

Durban - Indoda yaseMpangeni igwetshwe iminyaka engu-40 nezinyanga eziyisithupha ibhadla ejele ngamacala amabili okudlwengula nelokushaya, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

UCaptain Thulani Zwane uthe uSibusiso Buthelezi ugwetshwe eNkantolo yesiFunda yaseMpangeni ngoLwesihlanu.

"Ugwetshwe iminyaka engu-20 ngokudlwengula ngakunye nezinyanga eziyisithupha ngokushaya. Isigwebo sizoqala kanye kanye nokuchaza ukuthi uzochitha iminyaka engu-20 ejele," kusho uZwane.

UButhelezi wadlwengula umfana, 8, ngo-Ephreli 2011.

Wabe esenika le ngane u-R5 wathi ayihambe ngemuva kokuyidlwengula ephindelela.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 8-15°C More sun than clouds. Cool. Bloem: 9-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 12-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...