Kugwazwe unogada eKZN

2012-07-20 14:04

Johannesburg - Kugwazwe kwalinyazwa unogada ngesikhathi ezama ukwelekelela othize obebanjwa inkunzi eKloof, ngaseThekwini, kusho abahambisa usizo oluphuthumayo KwaZulu-Natal.

Okhulumela abakwa-ER24 uDerrick Banks uthe unogada bamfice elele eceleni komgwaqo.

"Bamgwaze emhlane, ulahlekelwe yigazi eliningi."

Lona wesilisa uthole ukwelashwa endaweni yesehlakalo ngaphambi kokuthi athuthelwe esibhedlela.


"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Rain showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-10°C Sunny. Cool.
Dbn: 10-18°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-18°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...