Kugwazwe kwabulawa umfundi eNyuvesi yase-EC

2011-03-03 07:37

Johannesburg - Amaphoyisa aseMpumalanaga Koloni athi kusolakala ukuthi isitshudeni, 23, saseWalter Sisulu University sigwazwe isoka laso sashona ngoLwesithathu.

Owamaphoyisa uLieutenant Colonel Mzukisi Fatyela uthe: "Kusuke ingxabano phakathi kwalesi sitshedeni nesoka laso, sagwaza safa."

Lesi sigameko senzeke ekhaya lalo wesifazane elokishini laseZimbabwe elingamakhilimitha angu-10 ngaphandle kwaseMthatha.

Isoka libe seliyabaleka, kusho uFatyela.

Amaphoyisa asalithungatha.

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Sunny. Cool. Pta: 15-23°C Light rain early. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-19°C a few showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-21°C a few showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-27°C More clouds than sun. Mild. PE: 19-30°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...