Kugwazwe kwabulawa indoda eKlerksdorp

2012-12-31 07:18

Johannesburg - Indoda eneminyaka engu-43 ubudala yaseKlersdorp, eNorth West, igwazwe yabulawa, kusho umbiko wamaphoyisa ngeSonto.

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa uCaptain Amanda Funani uthi isidumbu lesi sitholakale sidindilize emgwaqeni e-Alabama, ngoMgqibelo.

"Umufi utholakale enamanxeba amabili okugwazwa. Kukholakala ukuthi ugwazwe ngomese."

Akukho muntu oseboshiwe ngalesi sehlakalo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-19°C Sunny. Mild. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 0-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-17°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...