Kugwazwe indoda eBethanie

2013-02-20 12:02
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Owesilisa oneminyaka engu-33 ubudala ugwazwe washona eBethanie ngaseBrits, kusho amaphoyisa aseNorth West ngoLwesithathu.

UColonel Emelda Setlhako uthe le ndoda igwazwe owesifazane, 38, ngoMgqibelo, ngemuva kokumthethisa ngokuthi ubanga umsindo izingane zilele.

"Le ngxabano kusolakala ukuthi yaholela ekutheni babambane ngamankomane, nalapho umsolwa agwaza khona umufi esifubeni."

Indoda yabe isiphuthunyiswa eBapong Community Clinic, yaphelela emagcekeni.

Owesifazane zibe seziyamkhalela njengoba kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseGa-Rankuwa ngoLwesibili.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 15-21°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...