Kuginqike iloli likasimende eGoli

2014-05-08 15:33

Johannesburg – Kuginqike iloli ebelithwele usimende eMidrand, phakathi kweGoli nePitoli, kusho amaphoyisa kaMasipala waseGoli, ngoLwesine.

"Abashayeli bayayalwa ukuthi basebenzise umgwaqo u-Old Johannesburg Road. Yonke imizila ivaliwe ku-N1 obheke ePitoli," kusho okhulumela amaphoyisa uChief Superintendent Wayne Minnaar.

Umshayeli weloli kanye nobehamba naye, bathole imihuzuko.

UMinnaar uthi ayikazeki imbangela yengozi.






 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

  Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24

- News 24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 20-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Drizzle. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...