Kuginqike iloli lenyama kwavalwa umgwaqo eGoli

2015-07-24 09:39

Johannesburg – Igingqikile iloli ebithwele inyama yenkukhu emgaqweni uM1 eGoli ngoLwesihlanu ekuseni kwalimala umshayeli nabagibeli ababili, kusho amaphoyisa omgwaqo aseGoli.

Okhulumela amaphoyisa uSuperintendent uWayne Minnaar uthe isigameko senzeke emgwaqweni uJan Smuts no-Empire okuholele ekutheni kuvalwe umgwaqo.

OLUNYE UDABA: Kuginqike iloli likasimende eGoli

Abosizo lokuqala bebesendaweni yesigameko kodwa uMinnaaar akakwazanga ukuqinisekisa imibiko yabantu abatapa inyama.

UMinnaar unxuse abashayeli ukuba bagqwme ukuhamba endaweni okwenzeke khona isigameko basebenzisa ezinye izindlela.

Umshayeli nabagibeli ababili baphuthunyiswe esibhedlela.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-28°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Scattered showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...