Kugetshengwe isitolo eMthatha

2011-07-06 16:31

Johannesburg - Amaphoyisa athi kugetshengwe isitolo esithengisa ngempahla yokwakha eMthatha, esifundazweni sase-Eastern Cape.

Umnikazi wesitolo, nongowokudabuka ePakistan ubeyongena kulesi sitolo ephuma emotweni yakhe ngezithuba zawo-7 ebusuku ngoLwesibili ngesikhathi ehlaselwa, kusho uKaputeni Alfred Jozana.

Uthi lo wesilisa ubeselungiselela ukuyolala ngesikhathi kwehla lesi sigameko.

UJozana uthi izigilamkhuba, ebezihlome ngezibhamu, zimkhombe ngesibhamu zamyisa esitolo. Zibe sezimntshontshela isamba semali esingadalulwanga.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Limlahlile owabiza isisebenzi ngekhafula

Emizuzwini eyi-54 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Mild. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-22°C Cloudy. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...