Kufunwa odlwengule ingane e-E Cape

2012-11-22 12:04

Johannesburg - Kufunwa umfana osolwa ngokudlwengula intombazane eneminyaka engu-13 ubudala yaseButterworth, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape, ngoLwesine.

"Kusolwa ukuthi umfana lona udonse intombazane wayiphoqa ukuthi imphelezele aye kubo wase efika eyidlwengula," kusho okhulumela amaphoyisa uMajor Ernest Sigobe.

Ingane ibikele ugogo wayo lesi sehlakalo ngoLwesithathu, umsolwa uvulelwe icala lokudlwengula.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 20-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Drizzle. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...