Kufunwa izihlobo zekhehla ebelihlala lodwa

2012-10-22 14:01

Johannesburg - Kutholakale isidumbu sekhehla emzini walo oseGa-Chuene Maratapelo, eLebowakgomo, eLimpopo, kusho amaphoyisa ngoMsombuluko.

Isidumbu sikaLesiba Charles Tlouana, 76, sitholwe ngumakhelwane wakhe, obe esebiza amaphoyisa, kusho uCaptain Mamphaswa Seabi.

USeabi uthe akukho okusolisayo ngokutholakala kwesidumbu sikamkhulu, uthe nokho kuzohlolwa isidumbu.

"Siyanxusa uma kukhona owazi umkhulu lona oshonile ukuthi aziveze, ubehlala yedwa," kusho amaphoyisa.

Kuqhutshwa uphenyo.



 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-19°C Mostly sunny. Cool. Pta: 18-30°C Tstorms late. Broken clouds. Warm.
Jhb: 15-26°C a few showers. Mostly cloudy. Warm. Bloem: 18-23°C Thunderstorms. Afternoon clouds. Mild.
Dbn: 22-30°C Tstorms late. Mostly cloudy. Warm. PE: 20-27°C Numerous showers. Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...