Kudutshulwe usomatekisi washona

2011-04-15 16:35

Johannesburg - Kubulawe ilungu likasoseshini iSharpville Taxi Association washona emuva kokuthi edutshulwe kawu-13 ngaphandle komuzi wakhe eVereeniging, ngokwemibiko ngoLwesihlanu.

"Kudutshulwe umlisa eBedworth Park eVereeniging izikhawu ezibalekayo ngaphandle komuzi wakhe ngoLwesine ntambama," kusho okhulumela amaphoyisa aseGauteng uConstable Teboho Lephoto.

Kodwa, akazange aqinisekise umbiko ophume ephaphendabeni iBeeld ngoLwesihlanu othi uJoseph Chesane, 49, ubeyilungu leSharpeville Taxi Association nokuthi ubulawe esigamekweni ebesihleliwe.

"Sisazama ukuthola ukuthi bekuyini imbangela yokubulawa kwakhe," kusho uLephoto etshela i-Sapa.

UChesane ubulawe ebuya emhlanganweni kasoseshini.

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kulimale umfana engozini eCenturion

Emizuzwini eyi-19 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-18°C Showers late. Afternoon clouds. Mild. Pta: 10-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 16-28°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-29°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-25°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...