Kudutshulwe umholi we-ANC eN West

2012-12-14 10:02

Johannesburg - Kudutshulwe kwabulawa isikhulu se-ANC eNorth West ngaphandle komuzi waso eKlerksdorp ngoLwesihlanu ekuseni, kusho amaphoyisa.

"Abekho abanye abantu abalimalile kulesi sigameko, kuvulwe icala lokubulala," kusho uBrigadier Thulani Ngubane.

UNdunankulu waseNorth West uThandi Modise uhlonze leli lungu njengo-Obuti Chika, nonguNobhala wesifunda.

"Amaphoyisa kumele enze uphenyo olunzulu kuze kutholakale abenzi bokubi," esho.

UModise uthi emasontweni ambalwa edlule izikhulu ze-ANC zizithola zisengcupheni yokugetshengwa.

"Sifuna ukwazi ukuthi ngubani lo osoconga abantu" eqhuba.

UNobhala Jikelele we-ANC uGwede Mantashe uthe lokhu kudubula kutshengisa ukuthi abantu babanga izikhundla kuleli qembu.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C High level clouds. Mild. Pta: 2-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 7-22°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...