Kudutshulwe iphoyisa kuqhunyiswa i-ATM

2015-10-06 12:33

Johannesburg -Iphoyisa lidutshulwe lalimala ngesikhathi iqulu labalisa liqhumisa ngebhomu i-ATM eSoweto ngoLwesibili ekuseni, ngokusho kwamaphoyisa aseGauteng.

Amaphoyisa abeqhuba umqebenzi wawo eDobsoonville ngesikhathi ehlangabezana nentululwane yezinhlamvu ezophenya ngokuqhunyiswa kwebhomu emgwaqweni u-Elias Motsoaledi  ezintatha, kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini.

OLUNYE UDABA: UDalindyebo uxwayise indodana yakhe ngensangu notshwala

Iphoyisa elisemazingeni kaConstable elineminyaka engu-28 ubudala lidubuleke onyaweni laphuthunyiswa esibhedlela.

Abasolwa bakwazile ukubaleka nesamba semali esingadalulwanga abayithathe kule ATM.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C High level clouds. Mild. Pta: 11-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Partly cloudy. Cool. PE: 14-20°C a few tstorms. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...