Kudubuleke umsebenzi ngephutha washona

2011-09-13 08:17
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umsebenzi wasesiqiwini udubuleke ngephutha washona ngesikhathi ethungatha abasolwa ngokuzingela obhejane ngokungemthetho esiqiwini esiKwaZulu-Natal, ngokombiko ngoLwesibili.

UZephania Mbuso Myeni, 39, obesesebenzele eZemvelo KwaZulu-Natal Wildlife (EKZNW) iminyaka engu-18, udutshulwe ngoMgqibelo ebusuku, ngokombiko wephephandaba iThe Witness.

Isikhulu se-EKZNW uBandile Mkhize uthi kubazwisa ubuhlungu lokho ngenxa yokuthi kwenziwe ngomunye wabesebenza naye.

Kuphume amathimba amabili emuva kokuzwakala kokuthi kukhona abasolwa ngokuzingela obhejane.

Kube sekuqhuma izibhamu, kanti la mathimba asedubulana wodwa.

Abasolwa bakwazile ukweqa.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone indoda engozini yeloli

Emizuzwini eyi-14 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...