Kudlwengulwe isalukazi e-E Cape

2012-12-03 12:02

Johannesburg - Kuboshwe owesilisa oneminyaka engu-26 ubudala ngeSonto ekuseni ngezinsolo zokudlwengula isaguga esigodini saseMahasana, eWillowvale, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

Lo msolwa, nobephethe ummese uvule umnyango wendlu yesalukazi ngenkani.

Ngemuva kwalokho wamdlwengula, kusho uCaptain Jackson Manatha.

UManatha  uthe lesi salukazi sibe sesitshela omakhelwane, base beqala ukuthungatha lo msolwa.

Bakwazile ukumthola base bemnikela emaphoyiseni.

Uzovela eNkantolo yeMantshi yaseWillowvale ngoLwesibili ngecala lokudlwengula.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-19°C Rain. Morning clouds. Pleasantly warm. Pta: 18-33°C Mostly sunny.
Jhb: 17-27°C More sun than clouds. Bloem: 16-33°C Rain early. More sun than clouds. .
Dbn: 19-24°C Rain late. More sun than clouds. . PE: 18-22°C Afternoon clouds.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...