Kudlwengulwe intombazane e-E Cape

2013-02-19 16:22

Johannesburg - Intombazane eneminyaka engu-16 ubudala idlwenguliwe endaweni yaseNcihana e-Elliotdale, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uMajor Zamukulungisa Jozana uthi intombazane ibiya ekhaya ngoMsombuluko ebusuku, ngesikhathi ihlangana nomlisa oyimise ngenkani ethi ufuna ukukhuluma nayo.

"Indoda ibe isiphoqa intombazane ukuthi igoduke nayo, yafike yayidlwengula iphindelela," kusho uJozana.

Amaphoyisa athungatha umsolwa.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-15°C Rain early. Morning clouds. Cool. Pta: 5-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-17°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 4-17°C Passing showers. More clouds than sun. Refreshingly cool.
Dbn: 15-27°C More sun than clouds. Mild. PE: 12-18°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...