Kudlwengulwe ingane yesikole

2012-08-13 16:43

Johannesburg - Amaphoyisa asebophe indoda esolwa ngokudlwengula intombazane eneminyaka engu-16 ubudala yaseRietvallei, eKagiso, kusho amaphoyisa aseWest Rand.

Intombazane eyadlwengulwa yabe iya iesikoleni ngoLwesihlanu mhlaka-3 Agasti ngesikhathi ibizwa yindoda eneminyaka engu-35 ubudala, iyicela ukuthi iyoyithengela ikhadi likagesi, kusho uWarrant Officer Solomon Sibiya.

"Ngesikhathi umsolwa ezibhekisa imali, wanika intombazane okuthile ukuthi ikuphuze yase iquleka."

Intombazane yaphaphama ngakusasa inqunu futhi iboshwe izandla, umsolwa wazama ukuphinda ayiphuzise uketshezi olufanayo kodwa yanqaba.

"Umsolwa waqhubeka nokudlwengula intombazane, eyisabisa ngokuthi uzoyibulala uma ike yatshela umuntu."

Intombazane yabika isigameko sekwedlule isonto, umsolwa uzovela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi eKrugersdorp mayelana necala lokudlwengula.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Decreasing cloudiness. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Heavy rain. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. Broken clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-18°C Numerous showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...