Kudlwengulwe ingane umama eyophuza

2012-10-09 14:01

Johannesburg - Kuboshwe indoda eSteytlerville, e-Eastern Cape,mayelana nezinsolo zokudlwengula intombazanyana, 6, kwathi umama wayo waboshelwa ubudedengu, kusho amaphoyisa aseWillowmore ngoLwesibili.

"Abazali bale ngane bayishiya yodwa emzini wabo ngesikhathi bezinkinka ngotshwala esipotini sendawo," kusho uWarrant Officer Matthews Melani.

"Ngesikhathi sebebuya ngoMsombuluko ebusuku, ingane ibingekho, base bengena bephuma umuzi nomuzi beyifuna.

"Ingane yabe isidlwenguliwe ngesikhathi itholakala."

Umama wengane ube eseyaboshwa naye, ingane yagcinwa kwamakhelwane, ngesikhathi osonhlalakahle besayibhekela isikhungo.

Bobabili umama nomsolwa, 35, bazovela eNkantolo yeMantshi yaseSteytlerville ngoLwesithathu.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-33°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...