Kubuyile ukuthula oShabeni - ANC

2012-11-09 07:43

Durban - Amaqembu ezombusazwe ogwini oluseningizimu neKwaZulu-Natal athi enelisekile ngemiphumela yokhetho lokuchibiyela olubanjwe oShabeni, ePort Shepstone, ngethemba lokuthi ikhansela elisha le-ANC lizoletha ukuthula noxolo endaweni.

Kwamukelwe ngezandla ezimhlophe ukuqokwa kwekhansela le-ANC uKhayelihle Shinga.

UNobhala we-ANC oShabeni uPhumzile Khumalo uthe iqembu, nebese liqhekekile selihlangene manje kanti sekunomuzwa wokuphepha kusukela kwabulawa amalungu alo amabili.

Uthuthuva olwalandela ukushona ngokugula kwekhansela uNtombenhle Gcabashe ezinyangeni ezimbili ezedlule, nokukhankasela izikhundla sekuphelile manje, kusho i-ANC.

“Sekunokuthula ku-ANC oShabeni kusukela kwabulawa abaholi bethu ababili."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Owesilisa usola umkakhe ngokuqwayiza

Emizuzwini eyi-24 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Cool. Pta: 20-31°C More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-25°C Showers late. More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 18-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...