Kubulawe owokufika eLimpopo

2012-12-21 14:40

Johannesburg - Onesito, nodabuka ePakistan ugwazwe wabulawa ngesikhathi izigebengu zingena esitolo sakhe eGa Mothiba, akekho obonile, njengoba lokhu kungaqinisekiswanga, kusho amaphoyisa aseLimpopo.

UHossain Kamrul, 38, ubulawe ngemuva kwengxabano abenayo nababulali bakhe ngemuva kokuba evuke bengena ebhilidini lakhe ngophahla, kusho okhulumela amaphoyisa uConstable Moses Molepo.

Kuthathwe imali nokudla kanti akukaboshwa muntu.

Onolwazi ngalesi senzo angaxhumana noyinhloko yabaseshi eMankweng uColonel Angie Maloma, ku-082 565 8524.

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-31°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 15-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-24°C Mostly cloudy. Mild. PE: 16-18°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...