Kubulawe owesifazane eLimpopo

2012-05-29 16:27
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Owesifazane osemncane ngeminyaka utholakale ebulewe emzini wakhe oseThakgalang ngase mankweng eLimpopo, kusho amaphoyisa.

Isidumbu sakhe sitholakale ngoLwesibili emini, kusho uConstable Moses Molepo, esitatimendeni.

Kuthiwa umzala walona wesifazane ubeyombeka endlini yakhe ngesikhathi emfica eseshonile.

"Kubukeka sengathi uklinyiwe kwebiwa neselula yakhe. Lona wagcina ukubonakala ephila ngeSonto," kusho uMolepo.

Amaphoyisa asaphenya.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-26°C Sunny. Mild. PE: 15-21°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...