Kubulawe owesifazane eLimpopo

2011-09-06 14:33

Johannesburg - Amaphoyisa aseLimpopo athi owesifazane osekhulile, 65, ushiswe nge-ayina wagwazwa waze washona ngasePolokwane.

Umyeni kaHilda Mokgokgo ufike ekhaya labo eGa-Lekgothoane ngoMsombuluko ntambama wathola isidumbu sakhe sidindilize phansi, kusho uLieutenant Colonel Mohale Ramatseba.

Imbangela yalokhu kuhlasela ayaziwa.

Ababulali babe sebebaleke ngemoto kaMokgokgo yohlobo lweChrysler.

Kuvulwe icala lokubulala kanti bekungakaboshwa muntu.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Decreasing cloudiness. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Heavy rain. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. Broken clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-18°C Numerous showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...