Kubulawe obezama ukugqekeza

2012-10-23 12:29
Yabelani Shicilela

Johannesburg -  Obesolwa ngobugebengu udutshulwe wafa ngesikhathi ezama ukugqekeza emzini wephoyisa eFlorida ngoLwesibili ekuseni, kusho amaphoyisa kaMasipala waseGoli.

"Iphoyisa ebelingekho emsebenzini lidubule labulala owesilisa osolwa ngokuzama ukungena ngewindi egumbini elihlala izingubo endlini yalo," kusho uChief Superintendent Wayne Minnaar.

Uthe iphoyisa livuswe umsindo ngezithuba zawo-03:00 ekuseni.

Ngesikhathi umsolwa ezama ukukotela engena ngewindi udutshulwe ngenhlamvu eyodwa washonela khona lapho, kusho uMinnaar.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-24°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 7-15°C More sun than clouds. Cool. Bloem: 8-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 11-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...